Izithakazelo Zakwa Mchunu, Mchunu Clan Names and Mchunu Praises

Izithakazelo Zakwa Mchunu, Clan Names, Mchunu Clan Praises

Mchunu, Macingwane, Yeyeza kaMvumbi,

Phakade, Wena wase Ngonyameni,

Jama ka Silwane,

Nyanda yemi khonto,

Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,

Wena kano Gida ngo Bambo,

Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.

Ndabezitha!