Izithakazelo Zakwa Mgobhozi Clan Names Praises

Izithakazelo Zakwa Mgobhozi, Clan Names and Praises

Mahlobo,

Qwabe,

Khondlo,

Mnguni kaYeyeye

Mpangazitha, Mgobhozi, Shoshakade kakhaba,

Mbayise kaMngoma, Sdinane wena owadina abakwa khuzwayo,

Hlobo luhle olunoboya

Mgobhozi Clan Names (History)

Uma unolwazi lwendabuko nomlando wesibongo sabantu bakwa Mgobhozi ungasithumelela wona ukuze siwubhale khona lapha.